IMFIHLO PART 2

Ekuseni ngisheshe ngivuke njengenjwayelo,ngidlule ngasekamelweni ekulala kulona abazali baVusi. Bakhulumela phezulu ngikwazi ukubezwa bek...


Ekuseni ngisheshe ngivuke njengenjwayelo,ngidlule ngasekamelweni ekulala kulona abazali baVusi. Bakhulumela phezulu ngikwazi ukubezwa bekhuluma ngihamba e-passage.
"kahle phela Nkosikazi kanti wabanjani wena, bonke oMakoti balayikhaya awubafuni ngoba ababatholi abazukulu. Awuboni yini ukuthi kungenzeka inkinga ikuVusimuzi?"
"Cha nje Babah uVusimuzi akanayo inkinga, uyakhumbula lentombi yakwaMkhize ngaphesheya. Yakhulelwa ingane yaVusi kodwa saphuphuma isisu, manje ke ngabe unankinga yani umtanami? Udlala lamantombazane azifunela umcebo walapha ekhaya kodwa engafuni ukumzalela indlalifa. Uma ungabhekile sizophela lesibongo esihle nesibaluleke kangaka sakoMageba"
"Nkosikazi uVusi uyamthanda umfazi wakhe, akukho kuthina ukuthi simkhethele. Uyakhumbula ukuthi kwenzekanjani ngomfazi wokuqala? Uma uVusi ejabulile ngokungabinabo abantwana ayikho into esingayenza."
"Kulungile Baba ngiyezwa kodwa kumele ukhumbule uVusi kuphela umfana esinaye, amantombazane noma angazala ingane zabo ziyobiza izibongo zasemakubo. Bese sibayini ke isibongo sakaZulu, umlando wakho Mageba omuhle uyaphela la uma uVusimuzi enangayitholi indlalifa."
Ngizwe kushisa izinyembezi emehlweni, kanti umuntu oyinkinga akuyena uBabezala wami kodwa uMamezala uyena lo ofuna abazukulu. Kuyangicacela uma kuqhubeka kanje ngizobuyela ekhaya, ngingaba yini nje sengibuyela ekhaya sengimdala kanje. Lempilo esengiyosebenzele kanzima ngalendlela seyingavele ishabalale ezandleni kuhle kwamazolo? Ngiqhubeke nokuya ekhishini, ngilungisa isidlo sasekuseni ngiyathatha ngiyabeka.
"Unjani koti ulale kahle namhlanje ?" Kubuza uMaKhumalo uMamezala wami.
"Yebo Ngiyaphila Mah nivuka kanjani nina ?"
"Amahlalakhona ngane yami, ukukhala akusasizi thina sesiyazihambela" esho sakuncokola..
Ngiphinde ngizithulele ngiqhuke nokucabanga, ngempela abantu bakhohlakele. UMaKhumalo ubekhuluma kabi ngami manje emizuzwini engeqile naku 30 kodwa manje useyangihlekisa engathi akukho okonakele. Agcine esevukile noZulu ngibanikeze ukudla kwasekuseni, sihlale sonke sidla. Sidle kuze kube siyaqeda akekho okhulumayo, noma benza engathi akukhonkinga kodwa abazi ukuthi ngiyazi bebekhuluma ngani ekamelweni labo.
Ziqhubeke insuku uZulu ethule engasayikhulumi lento ayengihlasele ekamelweni ngayo, into eyenzekayo ngazuthi uyabukisa. Ubusuku nobusuku kukhala ubuguquguqu ekamelweni labo, uMaKhumalo umuzwa uhamba lekude ekhalisa okwengane encane. Ngiyazibuza namanje uZulu uwathathaphi lamandla amangaka okwenza ucansi noma esekhulile, phela usebheke Ku 60 manje kodwa hhayi ngazuthi umfana ona 30 indlela aziphethe ngayo. Kungenzeka yini ubangisa unkosikazi wakhe umsindo ukuhlabekisa mina, well iyamsebenzela lento. Selokhu akhuluma nami senginokucabanga yonke imisangano le uma ngimbona, angiphathi ke mase ephuma kwi shower embethe ithawula ngezansi. Uvele abe yibhung'elisha, umzimba wakheke kahle ngempela. Uyathandeka loBaba kuyasho yindoda yomzulu, igazi ligezekile. Kodwa yini engingathi angiyifuni ngaye, umuntu ongasoze wamuzwa ethi nxa. Ngisho abantwana bakhe bonile bayazi kumele babalekele kuyena ngoba uzilungele, selokhu ngafika laphekhaya ungiphathise okweqanda ungafunga ngiyindodakazi yakhe. Kodwa manje usefuna ukulala nami, ingishayisela amahloni lendaba ukuyicabanga nje kukodwa ngivele ngijuluke amathanga. Akenze abuye noVusi, ngafa indlala sengingaze ngibambe uyise.
Namhlanje ngifikelwe ukuganga nje, ngasheshe ukuzivalela ekamelweni lami engathi sengilele. Hhayi ke ngizicofele ucingo lwami ngize ngizwe sekuthulekile, nginyonyobe ngiphuma ekamelweni lami. Ngifike phambi komnyango wekamelo labo lokulala ngilunguze ngembobi kakhiye. Kuthiwa curiosity killed the cat, nami ke angizenzu ngifuna ukuzibonela kusuke kwenzekani mase kuduma indlu yonke kukhala uMaKhumalo. Aibo esingakanani isibhombolozi esimnyama, esiphethwe uZulu elokhu esithintisa emaqebeni ezinqakazi zaMaKhumalo. Ngishwe uvalo kuxege amadolo, awu ngeke ngingamane ngibuyele ekhaya. Ngeke nje ingene lento kumina phela uVusi unocikicane, angathini nje esengizwa nginwebekile kade engishiye ngiyinto ethula thaqa.
Awuphushe ngesinono uZulu, uvele ungene bushe kalula, ngigwinye amathe. UMaKhumalo uyayithokozela lento, useze ulekelela ngezandla emvulela ukuze angene kahle. Cha uyakwazi ukwenza lento engaka ingena yonke kuyena.
Ngibone ukuthi kuyonakala kumina, nakhu sengiqala ukuzwa kuswakama kumina. Ngibuyele ekamelweni, umqondo wami awusasuki kuZulu. Sengiyambona nje engiphenduphendula ngophondo lwakhe, ngivele ngilale ngibheke phezulu ngilokhu ngizidlalisa ubhotshisi ngokunwe. Sengikhohliwe emnyango akuvaliwe kanti indlela eya ebathroom idlula khona, ngiwuzwe uvaleka. Ngithuke ngivule amehlo, umile uZulu ngaphakathi uqimbile ngenhla bese wabhingca ithawula ngezansi.
"Bengithi ngisaya kwi bathroom ngabona engathi awukalali, kulenkinga ozama ukuzisiza kuyona. Ngikhona ngingakusiza " esho eqaqa ithawula uZulu.

COMMENTS

Jina

ENGLISH STORIES,3,IMFIHLO,5,IMFIHLO PART 1,1,IMFIHLO PART 2,1,IMFIHLO PART 3,1,IMFIHLO PART 4,1,IMFIHLO PART 5,1,ZULU STORIES,10,
ltr
item
stori 24: IMFIHLO PART 2
IMFIHLO PART 2
https://2.bp.blogspot.com/-1l8F83SORKI/WRbz5aOCrlI/AAAAAAAAAYs/1HAq7EAKbgA1fCJURbVjdD-qkC8bS5k1QCLcB/s640/Capture%2Bnnn.jpg
https://2.bp.blogspot.com/-1l8F83SORKI/WRbz5aOCrlI/AAAAAAAAAYs/1HAq7EAKbgA1fCJURbVjdD-qkC8bS5k1QCLcB/s72-c/Capture%2Bnnn.jpg
stori 24
http://stori24.blogspot.com/2017/05/imfihlo-part-2.html
http://stori24.blogspot.com/
http://stori24.blogspot.com/
http://stori24.blogspot.com/2017/05/imfihlo-part-2.html
true
4610894638462518399
UTF-8
Loaded All Posts Not found any posts VIEW ALL Readmore Reply Cancel reply Delete By Home PAGES POSTS View All RECOMMENDED FOR YOU LABEL ARCHIVE SEARCH ALL POSTS Not found any post match with your request Back Home Sunday Monday Tuesday Wednesday Thursday Friday Saturday Sun Mon Tue Wed Thu Fri Sat January February March April May June July August September October November December Jan Feb Mar Apr May Jun Jul Aug Sep Oct Nov Dec just now 1 minute ago $$1$$ minutes ago 1 hour ago $$1$$ hours ago Yesterday $$1$$ days ago $$1$$ weeks ago more than 5 weeks ago Followers Follow THIS CONTENT IS PREMIUM Please share to unlock Copy All Code Select All Code All codes were copied to your clipboard Can not copy the codes / texts, please press [CTRL]+[C] (or CMD+C with Mac) to copy